Ukuzala

Ukuzala

Uphawu lokuzala lukaKokopelli lumveza njengomuntu onesifumbu, edansa futhi edlala umtshingo. Ngokwenganekwane eyalandiswa amaNdiya angamaHopi, uKokopelli wayethwala izingane ezingakazalwa ngesaka emhlane wakhe futhi wazinika abesifazane.